January 23, 2022

Inanda 88.4 Fm

Today's Best Radio

Durban Fashion Fair (DFF) 2021

Amathikithi ombukiso wemfashini, iDurban Fashion Fair (DFF) 2021 ezoba ngomhla ka-15 kuya ku-17 Disemba eDurban Exhibition Centre aseyatholakala e-Webtickets ku: www.webtickets.co.za 

I-DFF yakulo nyaka izoba nemibukiso (fashion shows)engu-12 lapho kuzobe kukhonjiswa ngomsebenzi wabasiki bengqephu bendawo nakuzwelonke.

Sikhuthaza ukuthengwa kwemikhiqizo yalapha ekhaya. Immbila yaswela umsila ngokuyalezela, zitholele awakho amathikithi ukuze uzithengele nengqephu ozodlisa ngayo kuleli hlobo kulabasiki ngqephu basekhaya.

#Dff2021

#BuyLocal

#MadeInDurban

Tickets for the 2021 Durban Fashion Fair (DFF) Showcase taking place at Durban Exhibition Centre on 15-17 December are now available at Webtickets: www.webtickets.co.za

This year’s DFF will feature about 12 shows showcasing local and national fashion designers’ collection. 

We are promoting the culture of supporting our own. Get your ticket now and buy your summer wardrobe from local fashion designers.

#Dff2021

#BuyLocal

#MadeInDurban